Ngikuphi?



Ngoba sinitshelile.
Amatshe aphendukile.
Ukuqina kwawo yimpendulo.
Kuphilwa la
Namhlanje.
Kwenzeka konke okusile nokungasile.
Abanye bathi "Selah."
Mina ngithi sila.

Ukuphila ngeke sikubalekele.
Nazi izithembiso ziwa
kodwa ithemba likhula.
iHlazo  elinjani lelo vele?

Hhayi kodwa sishilo
Ngengila ethusa isilo
Ukuthi nansi impilo
nokuthi izimbokodo ziyasifulathela
Okusemuva nokuphambili
kuyafana mawungenasiqondiso

Kodwa okusem'qoka ukuthi sila
Sasila
Sizala
Namhlenje.

Siphambenele ukuqonda

Comments

Post a Comment

Popular Posts